Mayelana NoFakazi BakaJehova
Uma ufuna ukuxhumana nathi, woza kweminye yemihlangano yethu, cela isifundo seBhayibheli samahhala noma ufunde okwengeziwe ngathi, le ngxenye izokusiza. Sikumema nokuba uvakashele elinye lamahhovisi ethu ukuze uzibonele umsebenzi esiwenzayo.
Izinkolelo Nezinto Ezenziwayo
Imibuzo Evame Ukubuzwa NgoFakazi BakaJehova
Thola izimpendulo ezinembile zemibuzo evame ukubuzwa abantu.
Izinto OFakazi BakaJehova Ababhekane Nazo
Funda ngalokho oFakazi BakaJehova ababhekana nakho njengoba benza okusemandleni ukuze baqondiswe iBhayibheli kulokho abakucabangayo, abakukhulumayo nabakwenzayo.
Imisebenzi YoFakazi BakaJehova
Sitholakala emazweni angaphezu kuka-230 futhi sivela ezizweni nasezizindeni eziningi. Kungenzeka ujwayelene nomsebenzi wethu wokushumayela, kodwa sisiza umphakathi nangezinye izindlela ezibalulekile.
Uhlelo LweSifundo SeBhayibheli Samahhala
Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?
IBhayibheli linikeza izigidi zabantu kuwo wonke umhlaba izimpendulo zemibuzo ebalulekile ekuphileni. Ingabe ungathanda ukuba omunye wabo?
Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli?
Emhlabeni wonke, oFakazi BakaJehova baqhuba izifundo zeBhayibheli zamahhala besebenzisa le ndlela ephumelelayo. Buka ukuthi basiqhuba kanjani.
Cela Isifundo SeBhayibheli
Thola izifundo zeBhayibheli ngesikhathi nasendaweni evumelana nawe.
Imihlangano Nezenzakalo
Kwenziwani EHholo LoMbuso?
Ngena uzibonele.
Yiba Khona Emhlanganweni
Funda ngemihlangano yethu. Thola indawo eseduze nawe.
ISikhumbuzo Sokufa KukaJesu
OFakazi BakaJehova bakumema ukuba ube khona eSikhumbuzweni sokufa kukaJesu ngo-Ephreli 12, 2025.
AmaHhovisi Egatsha
Xhumana NoFakazi BakaJehova
Imininingwane yamahhovisi ethu emhlabeni wonke.
Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo
Thola ihhovisi eliseduze nendawo yakini. Thola ukuthi ungayibuka ngasiphi isikhathi indawo.
Umsebenzi WoFakazi BakaJehova Usekelwa Kanjani Ngokwezimali?
Siyazigwema izindlela eziningi ezisetshenziswa amasonto.
Obani Abenza Intando KaJehova Namuhla?
OFakazi BakaJehova batholakala emhlabeni wonke futhi bavela kuzo zonke izinhlanga namasiko. Yini ehlanganise leli qembu labantu abahlukahlukene?
Amanqampunqampu—Emhlabeni Wonke
-
239—Amazwe oFakazi BakaJehova abashumayela kuwo
-
8 816 562—OFakazi BakaJehova
-
7 281 212—Izifundo zeBhayibheli zamahhala eziqhutshiwe
-
20 461 767—Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu
-
118 177—Amabandla