Dlulela kokuphakathi

Ukubhekana Nesenzakalo Esibuhlungu

Ukuhlupheka

Okushiwo YiBhayibheli Ngokuhlupheka

Ingabe uNkulunkulu unendaba nezilingo ezisehlelayo nobuhlungu?

Ukuhlupheka​​—⁠Ingabe Kuyisijeziso Esivela KuNkulunkulu?

Ingabe uNkulunkulu usebenzisa ukugula nokuhlupheka ukuze ajezise abantu?

Ngingabhekana Kanjani Nesenzakalo Esibuhlungu?

Abasebasha bakhuluma ngalokho okwabasiza ukuba babhekane ngokuphumelelayo nalokho okwabehlela.

Ithemba Langempela Lekusasa Elingcono

Kungani izithembiso eziseBhayibhelini zingafani nezinto eziphuma emilonyeni yabantu?

Amazwibela Ekusasa Elimangalisayo

Bona lokho okwenziwe uJesu ukuze abantu baphile emhlabeni oyipharadesi.

Ingabe Udlame Nokwesabisa Kuyoke Kuphele?

Njengoba ukwesaba nodlame kungakaqedwa, zimbili izinto iBhayibheli elizikhuthazayo ezingasiza abantu lapho ukuphila kwabo kuphazanyiswa udlame nokwesabisa.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili?—Ingxenye 2: Ukululama

Funda lokho okushiwo abathile abake bahlukunyezwa kodwa manje asebalulama.

Ingabe UNkulunkulu Unendaba Nokuhlupheka Kwethu?

Abanye abantu bangabaza ukuba khona kukaNkulunkulu ngenxa yokuhlupheka abakubonayo. Funda eZwini likaNkulunkulu indlela ukuhlupheka kwethu okumthinta ngayo uNkulunkulu.

Kungani UNkulunkulu Evumela Ukuhlupheka?

Abaningi bayazibuza ukuthi kungani umhlaba ugcwele inzondo nokuhlupheka kangaka. IBhayibheli linikeza impendulo eyanelisayo neduduzayo.

Kungani UNkulunkulu Avumela UkuQothulwa Kwesizwe?

Abaningi bazibuza ukuthi ukuthi kungani uNkulunkulu onothando evumela ukuhlupheka okungaka. IBhayibheli linikeza izimpendulo ezanelisayo!

Ukuphela Kokuhlupheka Kuseduze!

UNkulunkulu uthembisa ukuqeda zonke izimbangela zokuhlupheka. Uyokwenza kanjani futhi nini lokhu?

Ukuphila Okungenakho Ukuhlupheka—Isithembiso Esiqinisekile

IBhayibheli lithembisa ukuthi maduzane zonke izinhlekelele zemvelo nezinsizi kuzobe kungasekho.

Ukushonelwa

Lapho Kushona Umuntu Omthandayo

Thola izinto ongazenza ukuze ubhekane nosizi.

Lapho Wehlelwa Inhlekelele—Ukufelwa Othandekayo

Amalungu amahlanu omndeni kaRonaldo ashona lapho izimoto zishayisana eminyakeni engu-16 edlule. Nakuba esazizwa enesikhala esingavaleki, uye wakwazi ukuthola ukuthula kwangaphakathi.

Ukubhekana Nosizi Lokushonelwa​—Ongakwenza

Abaningi bathathe izinyathelo ezibasize bakwazi ukubhekana nosizi lokushonelwa.

Ingabe Sikhona Isizathu Sokuphila Lapho Ushonelwa Umuntu Omthandayo?

Cabanga ngezindlela ezingakusiza ubhekane nobuhlungu bokushona komuntu omthandayo.

Lapho Kushona Umzali

Ukushonelwa umzali kuyisimo esicindezelayo. Yini engasiza intsha ukuba ibhekane nemizwa evela ngemva kokushonelwa?

Lapho Izingane Zisosizini

IBhayibheli labasiza kanjani abasha abathathu ukuba babhekane nokushonelwa yilungu lomndeni?

Lapho Ingane Yakho Ibuza Ngokufa

Amaphuzu amane angakusiza uphendule imibuzo yezingane futhi uzisize zibhekane nokufelwa othandekayo.

Ithemba Ngabafileyo—Ungaqiniseka Kanjani?

IBhayibheli linikeza izizathu ezimbili ezinengqondo zokwethemba ukuthi uvuko luyoba khona.

Usizo Olungcono Kakhulu Kulabo Abashonelwe

IBhayibheli linganika labo abashonelwe usizo olulwedlula lonke olunye.

Izinhlekelele

Izimo Zezulu Ezimbi—Ingabe IBhayibheli Lingakusiza Ukwazi Ukubhekana Nazo?

Iseluleko seBhayibheli singakusiza ngaphambi kwesimo sezulu esibi, phakathi naso nangemva kwaso.

Ukubhekana Nezinhlekelele Zemvelo

Yiziphi izinto ezingokoqobo ongazenza ukuze ulungiselele inhlekelele? Ingabe ubuhlobo noNkulunkulu bungakusiza ukuze ubhekane nenhlekelele?

Lapho Kugadla Inhlekelele—Ongakwenza Ukuze Usinde

La macebiso angasindisa ukuphila kwakho nokwabanye.

Ingabe Sikhona Isizathu Sokuphila Ngemva Kokwehlelwa Inhlekelele?

IBhayibheli linezeluleko ongazisebenzisa ukuze ukwazi ukululama ngemva kokwehlelwa inhlekelele yemvelo.

Lithini IBhayibheli Ngezinhlekelele Zemvelo?

Ingabe ziyisijeziso esivela kuNkulunkulu? UNkulunkulu uyazisiza yini izisulu zezinhlekelele zemvelo?

ISiphepho SasePhilippines—Ukholo Lunqoba Ubunzima

Abasinda bachaza okwakwenzeka lapho kugadla iSiphepho Esinamandla uHaiyan.