Dlulela kokuphakathi

Isikole

Isikole yindawo okuvivinywa kuyo umqondo, imizwa, nokwethembeka kwakho kuNkulunkulu. Ungakwazi kanjani ukuthola imfundo kodwa ungaxakwa ukukhathazeka ngokweqile?

Ngingawenza Kanjani Umsebenzi Wami Wesikole Ngiwuqede?

Uma unenkinga yokwenza umsebenzi wakho wesikole wasekhaya, ikhambi lingaba ukuthi, ungazikhandli ngokweqile, kodwa yenza umsebenzi wakho ngokuhlakanipha.

Kuthiwani Uma Ngingasithandi Isikole?

Uma ungasithandi isikole awuwedwa. Funda ukuthi yini ongayenza ukuze ube nombono omuhle ngesikole.

Kuthiwani Uma Ngifeyila Esikoleni?

Ngaphambi kokuba uphonse ithawula, cabanga ngezinto eziyisithupha ongazenza ukuze wenze kangcono ezifundweni zakho.

Wenzenjani Uma Uxhashazwa?

Abaningi abaxhashazwayo banomuzwa wokuthi akukho abangakwenza. Lesi sihloko sichaza lokho okungenziwa ukuze kulungiswe isimo.

Ngingabhekana Kanjani Nokuxhashazwa?

Ungase ungakwazi ukushintsha isiqhwaga, kodwa ungayishintsha indlela osingatha ngayo isimo.

Nqoba Isiqhwaga Ngaphandle Kokusebenzisa Isibhakela

Funda ukuthi kungani kunabantu abazenza iziqhwaga nokuthi ungabhekana kanjani nabo ngokuphumelelayo.

Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?​—Ingxenye 1: Kungani Kufanele Ukholelwe KuNkulunkulu?

Ingabe ungathanda ukuba nesibindi kakhudlwana sokuchaza ukuthi kungani ukholelwa kuNkulunkulu? Thola amacebiso okuthi ungaphendula kanjani uma othile ekubuza ngezinkolelo zakho.

Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?​—Ingxenye 4: Ngingakuchaza Kanjani Ukukholelwa Kwami Endalweni?

Akudingeki ube ungoti kwezesayensi ukuze uchaze ukuthi kungani wena ubona kunengqondo ukuthi izwe elinezinto eziphilayo kwadalwa. Sebenzisa izibonelo ezilula nezinengqondo ezitholakala eBhayibhelini.