Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ulwazi Lungamandla

Ulwazi Lungamandla

Dawuniloda:

  • Iphepha Lamanothi

  1. 1. K’sukela sisagaqa, ukufunda Njengomkhaya kusisize saba nok’qonda.

    Ubaba eng’fundela la seng’yolal’

    Manje ng’khulile ngisas’bambile le s’miso.

    Futhi nxa ngingedwa ngidons’ incwadi ngiz’fundel’

    ImiBhalo ingisiz’ ukuze okholweni ngime ng’qine.

    (CHORUS)

    Kunjengesihlahla eduze nomfula,

    Lwazi lungamandla.

    Amaqabung’ angomi impumelelo nje

    Lwazi lungamandla,

    Ezimpande ezijulile phansi.

    Lwazi lungamandla.

    Uyoba mkhul’ umkhay’ ubone konke.

  2. 2. Ng’yothini laph’ ithuba ling’velela?

    Bayothin’ abafundi lapho ngenz’ okwami?

    Lonke lo lwazi lunekwe obala.

    Angesabi ngoba ngak’funda ng’semncane.

    Ngoba nxa ngingedwa ngidons’ incwadi ngiz’fundel’

    ImiBhalo ingisiz’ ukuze okholweni ngime ng’qine.

    (CHORUS)

    Lwazi lungamandla

    Kunjengesihlahla eduze nomfula,

    Lwazi lungamandla.

    Amaqabung’ angomi impumelelo nje

    Lwazi lungamandla,

    Ezimpande ezijulile phansi.

    Lwazi lungamandla.

    Uyoba mkhul’ umkhay’ ubone konke.

    (BRIDGE)

    Inkumbulo ngayinye

    Inganika khona kanye

    Engingasiza ngakh’ omuny’ umunt’ akhuthazeke.

    (CHORUS)

    Lwazi lungamandla.

    Lwazi lungamandla.

    Lwazi lungamandla.

    Lwazi lungamandla.

    Kunjengesihlahla eduze nomfula,

    Lwazi lungamandla.

    Amaqabung’ angomi impumelelo nje

    Lwazi lungamandla,

    Ezimpande ezijulile phansi.

    Lwazi lungamandla.

    Uyoba mkhul’ umkhay’ ubone konke.