Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ungesabi

Ungesabi

Dawuniloda:

  • Iphepha Lamanothi

  1. 1. Siyakhathala mak’qal’ izinkinga.

    Sifikelwa nayisinxi kube nzima.

    Laph’ omubi ehlasela,

    Ungapheli amandla.

    Mbize;

    Mnceng’ uJah.

    (CHORUS)

    Ungesabi ngoba yen’ unathi,

    Uyasihlenga ngas’ isandla sakhe.

    Makufik’ ubunzima,

    Masikhumbul’ ukuthi asisodwa.

    Chabo, asikaze.

    Thandaza;

    Uz’ ungesabi.

  2. 2. Sinabangane abaqotho.

    Imthandazo yabo iyasiqinisa.

    Nalapho sifunda iZwi,

    Lisisiza sikhuthazele.

    Mak’nzima,

    Siye kuye.

    (CHORUS)

    Ungesabi ngoba yen’ unathi,

    Uyasihlenga ngas’ isandla sakhe.

    Makufik’ ubunzima,

    Masikhumbul’ ukuth’ asisodwa.

    Chabo, asikaze.

    Thandaza.

    (BRIDGE)

    Makuba mnyama kakhulu,

    Yim’ uqine.

    Kuzolunga.

    (CHORUS)

    Ungesabi ngoba yen’ unathi,

    Uyasihlenga ngas’ isandla sakhe.

    Makufik’ ubunzima,

    Masikhumbul’ ukuthi asisodwa.

    Chabo, asikaze.

    Thandaza;

    Uz’ ungesabi.