Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

‘Ngenis’ Izihambi’

‘Ngenis’ Izihambi’

Dawuniloda:

  • Iphepha Lamanothi

  1. 1. Ningaphuz’ itiye noma nidle

    Nidlal’ imdlalo noma n’xoxe.

    Konke esinakho kuvela kuJehova.

    Yiba ophanayo.​—

    (CHORUS)

    Yiba nomus’ ungenis’ iy’hambi.

    Lingis’ uJehova.

    Ungalokoth’ ukhethe abantu.

    Yilolo uthando.

  2. 2. Imiz’ esinayo ivela kuBaba wethu.

    Uma kunes’dingo s’ngahlala nabanye.

    Ukupha k’zosenza sijabule kakhulu.

    Masithandaneni.

    (CHORUS)

    Yiba nomus’ ungenis’ iy’hambi.

    Lingis’ uJehova.

    Ungalokoth’ ukhethe abantu.

    Yilolo uthando.

    (BRIDGE)

    Kunabantu abaswele.

    S’ngakwaz’ uk’basiza?

    Baphundlwe iy’nhlekelele.

    Yiba nob’bele.

    Ungamamukela umfowethu oswele?

    Yiba nomusa.

    (CHORUS)

    Yiba nomus’ ungenis’ iy’hambi.

    Lingis’ uJehova.

    Ungalokoth’ ukhethe abantu.

    Yilolo uthando.

    Yilolo uthando.

    Yilolo uthando.