Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ngiphe Isibindi

Ngiphe Isibindi

(2 Kings 6:16)

Dawuniloda:

  1. 1. Ngigcwel’ ukwesaba​—

    Kumnyama phambili.

    Ungihola ngokukhanya;

    Ngiyaz’ useduze.

    Impilo inzima,

    Kodwa ngiyakwazi:

    UnguNkulunkul’ oqotho;

    Ngiphephela kuwe.

    (CHORUS)

    Jehova, vul’ amehl’ami.

    Ngisize ngibone

    Ukuthi baning’ abanathi.

    Nginike is’bindi.

    Baba, ngiph’ is’bindi;

    Ngizobekezela.

    Jehova, ngiph’is’bindi;

    Wena uzonqoba.

  2. 2. Nginalo uvalo,

    ngoba ngiwumuntu.

    Ubeyis’phephelo kimi;

    Awuphel’ amandla.

    Ngiphe isibindi,

    Ungenze ngiqinine.

    Akukh’ okuzongivimba​—

    Najele, nathuna.

    (CHORUS)

    Jehova, vul’ amehl’ami.

    Ngisize ngibone

    Ukuthi baning’ abanathi.

    Nginike is’bindi.

    Baba, ngiph’ is’bindi;

    Ngizobekezela.

    Jehova, ngiph’is’bindi;

    Wena uzonqoba.

    (CHORUS)

    Jehova, vul’ amehl’ami.

    Ngisize ngibone

    Ukuthi baning’ abanathi.

    Nginike is’bindi.

    Baba, ngiph’ is’bindi;

    Ngizobekezela.

    Jehova, ngiph’is’bindi;

    Wena uzonqoba.

    Jehova, ngiph’is’bindi;

    Wena uzonqoba.