Ngiyajabula Ngokuthi Nginqobile
Dawuniloda:
Iphepha Lamanothi
1. Ngilingwa zinsuku zonke,
I’z’ling’ ezintsha njalo—zinsuku zonke.
Angazi ng’zolingwa ngani.
Kodwa noma ngabe yin’, ng’yazi ng’nekhambi
Nginganqoba uma ng’zolile,
Futhi ngiz’lungiselele—
Ngikwazi eng’zokwenza
Uma k’fika is’lingo.
Kuke kube nzim’ uk’nqoba,
Bese ngithandaza kuJah.
(CHORUS)
Ng’thandazel’ uk’nqoba—
Zonke izilingo.
Ng’thandazel’ uk’nqoba,
Ng’thembek’ usuku lonke.
2. Eziny’ iz’lingo z’yabuya.
Uk’fun’ ukwamukelwa—kubuya njalo.
Ngeziny’ iz’khath’ izingane
Zenza okubi kuJah emehlweni kaJah—
Zifuna nami ngenze lokho.
Azibon’ abangan’ bami.
Ngivele ngikhumbule.
Ang’fun’ uk’fana nazo
Mina nging’fakazi kaJah,
Ang’nas’zathu sok’dumala.
(CHORUS)
Nginqobe uvivinyo.
Ng’thembeke usuku lonke.
Nginqobe uvivinyo.
Ng’jabule ngok’nqoba.