Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ungathanda Yini Ukufunda Okwengeziwe?

Ungathanda Yini Ukufunda Okwengeziwe?

Indoda ehlakaniphile yabhala: “Ukuhlakanipha kuyinto ebaluleke kunazo zonke, ngakho zuza ukuhlakanipha, kanye nakho konke okuzuzayo, zuza ukuqonda.” (IzAga 4:7) UMdali wethu usisiza ukuba sithole ukuhlakanipha nokuqonda ukuze sikwazi ukwenza izinqumo ezinhle futhi sijabule ekuphileni.

Uma ungathanda ukufunda okwengeziwe ngokuhlakanipha okuwusizo okuseBhayibhelini, ngena ku-jw.org/zu. Lapho uzothola . . .

  • IBHAYIBHELI

  • AMAVIDIYO

  • AMAVIDIYO OPOPAYI

  • IZINGXOXO

  • IZIHLOKO

Kutholakala mahhala futhi kusiza abantu bayo yonke iminyaka nabezizinda ezihlukahlukene.