INGXENYE 4
“UNkulunkulu Uluthando”
Uthando luyimfanelo kaJehova evelele kunazo zonke. Iyona futhi ekhanga kunazo zonke. Njengoba sihlola ezinye zezici ezinhle zale mfanelo eyigugu, sizobona ukuthi kungani iBhayibheli lithi “uNkulunkulu uluthando.”—1 Johane 4:8.
KULE NGXENYE
ISAHLUKO 24
Akukho Lutho ‘Olungasihlukanisa Nothando LukaNkulunkulu’
Ungawakholwa amanga athi awuthandeki noma awulutho kuNkulunkulu.
ISAHLUKO 25
‘Uzwela LukaNkulunkulu Wethu’
Indlela uNkulunkulu azizwa ngayo ngawe ifana kanjani nendlela umama azizwa ngayo ngengane yakhe?
ISAHLUKO 26
UNkulunkulu ‘Ohlale Ekulungele Ukuthethelela’
Uma uNkulunkulu engakhohlwa, kungenzeka kanjani ukuba athethelele futhi akhohlwe?
ISAHLUKO 29
“Ukwazi Uthando LukaKristu”
Izici ezintathu zothando lukaJesu, zilubonisa ngendlela ephelele uthando lukaJehova.
ISAHLUKO 30
‘Qhubeka Ubonisa Uthando’
Eyokuqala kwabaseKorinte ikhuluma ngezindlela eziningi esingabonisa ngazo uthando.