Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ukukhula Kwakho Ngokomoya

Ukukhula Kwakho Ngokomoya

Ingxenye 9

Ukukhula Kwakho Ngokomoya

Kulezi zinto ezilandelayo, iyiphi oyithola inzima kakhulu?

□ Ukutadisha iBhayibheli

□ Ukuthandaza njalo kuJehova uNkulunkulu

□ Ukuxoxa nabanye ngokholo lwami (ikakhulukazi ontanga)

□ Ukuqonda ukuhlakanipha kwezimiso zeBhayibheli

Emgqeni ongezansi, bhala ukuthi imuphi umgomo ongathanda ukuzibekela wona mayelana nalesi sici esinzima kakhulu kuwe.

․․․․․

Izahluko 34-38 zizokusiza ubone ukuthi ungaliqinisa kanjani ingokomoya lakho, uphile ngezimiso zeBhayibheli, futhi uzibekele imigomo eyokwenza ukuphila kwakho kube nenjongo.

[Isithombe esigcwele ikhasi ekhasini 280, 281]