Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INgoma 46

UJehova UyiNkosi Yethu!

UJehova UyiNkosi Yethu!

(IHubo 97:1)

1. Dumisan’ uJehova bantu,

Amazulu asho uk’lunga kwakhe.

Mas’hubele uJah futhi simdumise

Ngezenzo zakhe ezinkulu.

(CHORUS)

Amazul’ ename, Ujabul’ umhlaba,

Ngob’ uJehova uyiNkosi!

Amazul’ ename, Ujabul’ umhlaba,

Ngob’ uJehova uyiNkosi!

2. Memezelan’ udumo lwakhe;

Memezelani ngemsebenzi yakhe.

Ngoba uyiNkosi; Ufanel’ udumo.

Masikhothame phambi kwakhe.

(CHORUS)

Amazul’ ename, Ujabul’ umhlaba,

Ngob’ uJehova uyiNkosi!

Amazul’ ename, Ujabul’ umhlaba,

Ngob’ uJehova uyiNkosi!

3. Useyabusa ngokulunga.

Es’hlalweni ubeke iNdodana.

Bonke onkulunkulu mabahlazeke,

Udumo lungolwaKhe yedwa.

(CHORUS)

Amazul’ ename, Ujabul’ umhlaba,

Ngob’ uJehova uyiNkosi!

Amazul’ ename, Ujabul’ umhlaba,

Ngob’ uJehova uyiNkosi!