Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INgoma 108

Dumisani UJehova Ngenxa YoMbuso Wakhe

Dumisani UJehova Ngenxa YoMbuso Wakhe

(IsAmbulo 21:2)

1. UKrist’ usesihlalweni

Uzobusa abantu.

Abahlulele ngokulunga,

Kwenziwe intando kaJah.

(CHORUS)

Dumisan’ uJah ngogcotshiwe.

Nonke nina zimvu zakhe,

Enimkhonza ngobuqotho njalo,

nenze intando yakhe.

Dumisani uJah ngoKristu,

iNkosi yasezulwini.

Inamandla futhi iphakeme.

Idumis’ uJehova.

2. AmaKristu agcotshiwe,

Azobusa noKristu,

EMbusweni kaNkulunkulu,

Alethe iPharadesi.

(CHORUS)

Dumisan’ uJah ngogcotshiwe.

Nonke nina zimvu zakhe,

Enimkhonza ngobuqotho njalo,

nenze intando yakhe.

Dumisani uJah ngoKristu,

iNkosi yasezulwini.

Inamandla futhi iphakeme.

Idumis’ uJehova.