INGOMA 22
UMbuso Umisiwe—Mawuze!
-
1. Jah, ubulokhu ukhona,
Uyolokh’ ukhona.
INdodana iyabusa;
Uthe mayibuse.
Manje uMbuso uzelwe;
Uyobusa wonk’umhlaba.
(CHORUS)
Manje usukhona
UMbuso kanye namandla.
UMbus’ umisiwe.
Sithi: “Mawuze, Mawuze!”
-
2. UDeveli uzochithwa;
Siyaqiniseka.
Yize sinezingcindezi,
Sinamehl’ okholo.
Manje uMbuso uzelwe;
Uyobusa wonk’umhlaba.
(CHORUS)
Manje usukhona
UMbuso kanye namandla.
UMbus’ umisiwe.
Sithi: “Mawuze, Mawuze!”
-
3. I’ingelosi ziyethaba
Ziyahalalisa
Ngoba liphume nobovu
Omub’ akasekho.
Manje uMbuso uzelwe;
Uyobusa wonk’umhlaba.
(CHORUS)
Manje usukhona
UMbuso kanye namandla.
UMbus’ umisiwe.
Sithi: “Mawuze, Mawuze!”
(Bheka noDan. 2:34, 35; 2 Kor. 4:18.)