INGOMA 32
Yiba NgakuJehova!
-
1. Zake zadidek’ izinhliziyo,
Ziphuziswa amanga enkolo;
Yek’ injabulo esaba nayo
Lapho sizwa ngoMbuso.
(CHORUS)
Yiba kuJehova; Thokoza ngaye.
’Kasoz’ akushiye; Hamb’ ek’khanyeni.
Zazise i’ndaba zenkululeko.
UMbuso ngoKristu wokwanda njalo.
-
2. Ihlombe nehlombe simi noJah,
Simemezel’ izindab’ ezinhle,
Manje isikhathi sokunquma,
Sime ngakuJehova.
(CHORUS)
Yiba kuJehova; Thokoza ngaye.
’Kasoz’ akushiye; Hamb’ ek’khanyeni.
Zazise i’ndaba zenkululeko.
UMbuso ngoKristu wokwanda njalo.
-
3. Asikwesab’ okwenziwa y’sitha
Ngob’ uJehova uyos’vikela.
Noma baningi siyingcosana,
INkos’ isiph’ amandla.
(CHORUS)
Yiba kuJehova; Thokoza ngaye.
’Kasoz’ akushiye; Hamb’ ek’khanyeni.
Zazise i’ndaba zenkululeko.
UMbuso ngoKristu wokwanda njalo.
(Bheka neHu. 94:14; IzAga 3:5, 6; Heb. 13:5.)