ULwesihlanu
“Yiba nesibindi uqine kakhulu” —JOSHUWA 1:7
EKUSENI
-
9:20 Ividiyo Yomculo
-
9:30 INgoma No. 110 Nomthandazo
-
9:40 INKULUMO KASIHLALO: UJehova—UMthombo Wesibindi Sangempela (IHubo 28:7; 31:24; 112:7, 8; 2 Thimothewu 1:7)
-
10:10 UCHUNGECHUNGE: Okwenza AmaKristu Eqiniso Adinge Isibindi
-
Ukuze Ashumayele (IsAmbulo 14:6)
-
Ukuze Ahlale Engcwele (1 Korinte 16:13, 14)
-
Ukuze Angathathi Hlangothi (IsAmbulo 13:16, 17)
-
-
11:05 INgoma No. 126 Nezaziso
-
11:15 UKUFUNDWA KWEBHAYIBHELI OKUSADRAMA: “Yiba Nesibindi Uqine Futhi Uthathe Isinyathelo”! (1 IziKronike 28:1-20; 1 Samuweli 16:1-23; 17:1-51)
-
11:45 “Noma Isiphi Isikhali Esiyokwakhiwa Ngokumelene Nawe Ngeke Siphumelele” (Isaya 54:17; IHubo 118:5-7)
-
12:15 INgoma No. 61 Nekhefu
NTAMBAMA
-
1:25 Ividiyo Yomculo
-
1:35 INgoma No. 69
-
1:40 UCHUNGECHUNGE: Izinto Ezisiqeda Isibindi Nezinto Ezisiqinisa Isibindi
-
Ukuphelelwa Ithemba Nokuba Nethemba (IHubo 27:13, 14)
-
Ukukhononda Nokubonga (IHubo 27:1-3)
-
Ukuzijabulisa Ngezinto Ezingakhi Nenkonzo Yasensimini (IHubo 27:4)
-
Abangane Ababi Nabangane Abahle (IHubo 27:5; IzAga 13:20)
-
Ukuhlakanipha Kwezwe Nokuzondla NgeZwi LikaNkulunkulu (IHubo 27:11)
-
Ukungabaza Nokuba Nokholo (IHubo 27:7-10)
-
-
3:10 INgoma No. 55 Nezaziso
-
3:20 UCHUNGECHUNGE: Lokho Ababezimisele Ukukudela; Indlela Abavuzwa Ngayo
-
UHananiya, UMishayeli No-Azariya (Daniyeli 1:11-13; 3:27-29)
-
U-Akhwila NoPrisila (Roma 16:3, 4)
-
UStefanu (IzEnzo 6:11, 12)
-
-
3:55 “Yimani Isibindi! Mina Ngilinqobile Izwe” (Johane 16:33; 1 Petru 2:21, 22)
-
4:15 Amasosha KaKristu Anesibindi (2 Korinte 10:4, 5; Efesu 6:12-18; 2 Thimothewu 2:3, 4)
-
4:50 INgoma No. 22 Nomthandazo Wokuphetha