Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AbaNgani

AbaNgani

Obani okufanele babe abangani bethu abakhulu?

Hu 25:14; Joh 15:13-15; Jak 2:23

Bheka nalo mBhalo IzA 3:32

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 5:22-24—U-Enoke uba umngani oseduze noNkulunkulu

    • Gen 6:9—UNowa, njengokhokho wakhe u-Enoke, uba umngani oseduze noNkulunkulu

Kungani sibadinga abangani abahle?

IzA 13:20; 17:17; 18:24; 27:17

Bheka nalo mBhalo IzA 18:1

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

Kungani kudingeka sihlangane njalo nabakhulekeli bakaJehova esikanye nabo?

Ungaba kanjani umngani omuhle futhi ube nabangani abahle?

Kungani kuyingozi ukuba nabangani abangamthandi uJehova?

IzA 13:20; 1Ko 15:33; Efe 5:6-9

Bheka nale miBhalo 1Pe 4:3-5 ; 1Jo 2:15-17

Bheka nesithi “UbuNgani Nezwe

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 34:1, 2—UDina ubhekana nemiphumela emibi kakhulu ngenxa yokuba nabangani ababi

    • 2Kr 18:1-3; 19:1, 2—UJehova uxwayisa inkosi elungile uJehoshafati ukuba ingazihlanganisi nenkosi embi u-Ahabi

Ingabe kufanele singazihlanganisi nhlobo nabantu abangamkhonzi uJehova uNkulunkulu?

Kungani kungalungile ukushada nomuntu ongazinikezele kuJehova futhi wabhapathizwa?

Bheka nesithi “UmShado

Kungani kufanele sigweme ukuzihlanganisa nabantu abasusiwe ebandleni lobuKristu?