Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuPha

UkuPha

UJehova usibekela siphi isibonelo njengoMuphi omkhulu?

Okunjani ukupha okungamjabulisi uNkulunkulu?

Mat 6:1, 2; 2Ko 9:7; 1Pe 4:9

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 4:3-7; 1Jo 3:11, 12—Kungani umnikelo kaKhayini ungamjabulisi uNkulunkulu?

    • IzE 5:1-11—U-Ananiya noSafira bayajeziswa ngoba beqambe amanga ngesipho sabo futhi benezisusa ezingafanele

Okunjani ukupha okujabulisa uNkulunkulu?

Mat 6:3, 4; Rom 12:8; 2Ko 9:7; Heb 13:16

Bheka nalo mBhalo IzE 20:35

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Luk 21:1-4—UJesu uncoma umfelokazi oswele ngokunikela ngokuzithandela nakuba umnikelo wakhe umncane kakhulu

AmaKristu angekhulu lokuqala ayeyihlela kanjani iminikelo?

IzE 11:29, 30; Rom 15:25-27; 1Ko 16:1-3; 2Ko 9:5, 7

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • IzE 4:34, 35—Ibandla lokuKristu liba nesandla esivulekile futhi abaphostoli bayaqiniseka ukuthi abaswele bayakuthola abakudingayo

    • 2Ko 8:1, 4, 6, 14—Ibandla lihlela ukuba amaKristu aswele athole usizo

Iyiphi indima ekhethekile amaKristu anayo kumalungu omndeni nakubafowabo nodadewabo abakhonza nabo?

IBhayibheli lithi yini okufanele siyenzele abaswele?

Yini ebonisa ukuthi abantu badinga ukusizwa ukuze bazi uNkulunkulu ngaphezu kwanoma yini enye?

Mat 5:3, 6; Joh 6:26, 27; 1Ko 9:23

Bheka nale miBhalo IzA 2:1-5; 3:13; Shu 7:12; Mat 11:4, 5; 24:14

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Luk 10:39-42—UJesu usiza uMarta abone ukuthi izinto ezisisondeza kuNkulunkulu zibaluleke kakhulu