Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AmaKristu

AmaKristu

Kwenzeka kanjani ukuba abalandeli bakaJesu baziwe ngokuthi amaKristu?

Abonakala ngani amaKristu eqiniso?

AmaKristu eqiniso asindiswa ngasiphi isisekelo?

Kungani amaKristu ezithoba kuKristu njengeNkosi yawo yasezulwini?

Kungani amaKristu eqiniso ekugwema ukuzihlanganisa nezindaba zaleli zwe?

Kungani amaKristu eqiniso elalela ohulumeni?

Rom 13:1, 6, 7; Tit 3:1; 1Pe 2:13, 14

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Mat 22:15-22—UJesu uchaza ukuthi kungani abalandeli bakhe bekhokha intela

    • IzE 4:19, 20; 5:27-29—Abalandeli bakaJesu bayabonisa ukuthi bayazilalela iziphathimandla kodwa banemingcele

AmaKristu afana kanjani namasosha?

Kungani amaKristu kufanele aphile ngokuvumelana nezinkolelo zawo?

Mat 5:16; Tit 2:6-8; 1Pe 2:12

Bheka nale miBhalo Efe 4:17, 19-24; Jak 3:13

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • IzE 9:1, 2; 19:9, 23—Indlela amaKristu akhonza ngayo uNkulunkulu ibizwa ngokuthi ‘iNdlela,’ okuchaza indlela yokuphila

Kungani amaKristu eqiniso kufanele abe ofakazi bakaJehova uNkulunkulu?

Kungani amaKristu eqiniso ephinde abe ofakazi bakaJesu Kristu?

Kungani wonke amaKristu eqiniso kufanele ashumayele izindaba ezinhle?

AmaKristu kufanele alubheke kanjani ushushiso?

Bheka nesithi “UShushiso

Ingabe wonke amaKristu eqiniso abizelwa ezulwini ukuze aphile noJesu Kristu?

AmaKristu eqiniso amaningi analiphi ithemba ngekusasa?

Akhona yini amaKristu eqiniso kuzo zonke izinkolo ezithi zingamaKristu?

Ingabe bonke abathi bangamaKristu bangabalandeli bakaJesu ngempela?

Mat 7:21-23; Rom 16:17, 18; 2Ko 11:13-15; 2Pe 2:1

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Mat 13:24-30, 36-43—UJesu wenza umfanekiso obonisa ukuthi kwakuzoba namaKristu amaningi amanga

    • 2Ko 11:24-26—Phakathi kwezinto eziyingozi umphostoli uPawulu abhekana nazo, ubala ‘nabazalwane bamanga’

    • 1Jo 2:18, 19—Umphostoli uJohane uxwayisa ngokuthi “sekunabaphik’ ukristu abaningi” abashiye iqiniso