Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INduduzo

INduduzo

Amavesi eBhayibheli angasiduduza lapho sidikibele

Ukukhathazeka

Bheka nesithi “UkuKhathazeka

Intukuthelo; ukubamba igqubu

Abanye bahlale bethukuthele ngenxa yobunzima ababhekana nabo noma ngenxa yokuphathwa kabi

Shu 9:11, 12

Bheka nale miBhalo Hu 142:4; Shu 4:1; 7:7

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Rut 1:11-13, 20—Ngemva kokushonelwa umyeni wakhe namadodana akhe amabili, uNawomi uzwa sengathi uJehova umlahlile

    • Job 3:1, 11, 25, 26; 10:1—UJobe ukhungathekile ngemva kokugula, ukulahlekelwa ingcebo yakhe nezingane zakhe eziyishumi

  • ImiBhalo eduduzayo:

  • Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:

Abanye abajabule ngenxa yokuphathwa kabi abanye

Shu 4:1, 2

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 1Sa 1:6, 7, 10, 13-16—UHana uzwa ubuhlungu obukhulu ngenxa yokuphathwa kabi uPhenina, uMpristi Ophakeme u-Eli uthi udakiwe

    • Job 8:3-6; 16:1-5; 19:2, 3—Abangani abathathu bakaJobe bazibona belungile futhi bahlulela uJobe kabi, okumzwisa ubuhlungu obukhulu

  • ImiBhalo eduduzayo:

  • Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:

    • 1Sa 1:9-11, 18—Ngemva kokuba uHana ethulule isifuba sakhe kuJehova, uzizwa engcono

    • Job 42:7, 8, 10, 17—UJehova uphinde amenze umqemane uJobe ngemva kokuba ebaxolele abangani bakhe, okumenza ajabule

Umuzwa wecala onamandla

Ezr 9:6; Hu 38:3, 4, 8; 40:12

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 2Kh 22:8-13; 23:1-3—INkosi uJosiya nezikhonzi zayo, bayalibona icala labo ngemva kokuba befundelwe uMthetho KaMose

    • Ezr 9:10-15; 10:1-4—Umpristi u-Ezra nabanye abantu baba nomuzwa wecala onamandla ngenxa yokuthi abanye bashade nabantu bezinye izizwe okuyinto ephambene nentando kaJehova

    • Luk 22:54-62—Umphostoli uPetru uzisola kakhulu ngemva kokuphika uJesu kathathu

  • ImiBhalo eduduzayo:

  • Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:

    • 2Kr 33:9-13, 15, 16—UManase ubalwa phakathi kwamakhosi akwaJuda amabi kakhulu; noma kunjalo uyaphenduka futhi uboniswa umusa

    • Luk 15:11-32—UJesu ulandisa indaba yendodana yolahleko ukuze afanekise ukuthi uJehova usithethelela ngokusuka enhliziyweni futhi akabe esasikhumbula isono sethu

Siyadumazeka uma abanye besiphatha kabi, besizwisa ubuhlungu noma besikhohlisile

Bheka nesithi “UkuPhoxeka

Siyadumazeka ngenxa yobuthakathaka bethu nesono esisenzayo

Bheka nesithi “UkuPhoxeka

Ukuzibona ungento yalutho

Bheka nesithi “UkuziBona Ungento Yalutho

Ukuzizwa singakufanelekeli ukwenza isabelo esithile noma ukuxazulula inkinga

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Eks 3:11; 4:10—Umprofethi uMose uzizwa engakufanelekeli ukukhuluma noFaro nokuhola abantu bakaNkulunkulu ukuba baphume eGibhithe lapho etshelwa ukuthi enze kanjalo

    • Jer 1:4-6—UJeremiya uzibona esemncane kakhulu futhi engenalwazi lokuba umprofethi kaJehova kubantu abanenkani nabangalaleli

  • ImiBhalo eduduzayo:

  • Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:

    • Eks 3:12; 4:11, 12—Ngesineke, uJehova uqinisekisa umprofethi uMose ukuthi uzomsiza esabelweni sakhe

    • Jer 1:7-10—UJehova uqinisekisa umprofethi uJeremiya ukuthi uzomsiza ukuze afeze isabelo sakhe esinzima

Umona; umhawu

Bheka nesithi “UMona

Ukungakwazi ukwenza izinto ezithile ngenxa yokugula noma ngenxa yokukhula

Hu 71:9, 18; Shu 12:1-7

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 2Kh 20:1-3—INkosi uHezekiya ikhala kakhulu ngenxa yokugulela ukufa

    • Flp 2:25-30—U-Ephafrodithu ucindezelekile ngenxa yokuthi ibandla lizwile ngokugula kwakhe futhi ukhathazwe ukuthi lizocabanga ukuthi uhlulekile ukufeza isabelo sakhe

  • ImiBhalo eduduzayo:

  • Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:

    • 2Sa 17:27-29; 19:31-38—Inkosi iyamhlonipha uBharizilayi oqotho, imcela ukuba aye eJerusalema kodwa ngokuthobeka uyasenqaba isabelo ngoba eqaphela ukuthi singaphezu kwamandla akhe njengoba esemdala

    • Hu 41:1-3, 12—Ngesikhathi iNkosi uDavide igula kakhulu, ithembela kuJehova ukuthi uzoyisiza

    • Mar 12:41-44—UJesu uncoma umfelokazi ohluphekayo ngomnikelo wakhe ngoba enikele ngakho konke abenakho

Ubuhlungu obungokomzwelo obungapheli obubangelwa ukuphathwa kabi abanye

Bheka nesithi “UkuPhathwa Kabi

Ukwethuka; ukwesaba

Bheka nesithi “UkweSaba

Ushushiso

Bheka nesithi “UShushiso