Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

IziNqumo

IziNqumo

Singazilungisa kanjani izingqondo nezinhliziyo zethu ukuze sikwazi ukwenza izinqumo ezinhle?

Kungani kufanele sigweme ukuba namawala lapho senze izinqumo ezibalulekile?

Kungani kufanele sigweme ukuthemba izinhliziyo zethu ezikhohlisayo lapho senza izinqumo?

IzA 28:26; Jer 17:9

Bheka nale miBhalo Num 15:39; IzA 14:12; Shu 11:9, 10

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • 2Kr 35:20-24—Inkosi elungile uJosiya ayiwulaleli umyalo ovela kuJehova futhi ilwa noFaro Nekho

Ubaluleke kangakanani umthandazo lapho senza izinqumo ezibalulekile?

Flp 4:6, 7; Jak 1:5, 6

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Luk 6:12-16—UJesu uthandaza ubusuku bonke ngaphambi kokuba akhethe abaphostoli bakhe abangu-12

    • 2Kh 19:10-20, 35—INkosi uHezekiya iyathandaza icela usizo kuJehova futhi iyakhululwa lapho isongelwa kanzima

Ubani onguMthombo okahle kakhulu ongasiqondisa lapho senza izinqumo futhi usisiza kanjani?

Hu 119:105; IzA 3:5, 6; 2Ti 3:16, 17

Bheka nale miBhalo Hu 19:7; IzA 6:23; Isay 51:4

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • IzE 15:13-18—Lapho kufanele yenze isinqumo esibalulekile, indikimba ebusayo yaseJerusalema ibheka imiBhalo ukuze ithole isiqondiso

Izinqumo ezimayelana:

Nanoma yini esiyenzayo

Umsebenzi

Bheka nesithi “UmSebenzi

Ezokuzijabulisa

Bheka nesithi “UkuziJabulisa

Umshado

Bheka nesithi “UmShado

Ukwelashwa

Lev 19:26; Dut 12:16, 23; Luk 5:31; IzE 15:28, 29

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • IzE 19:18-20—AmaKristu ase-Efesu awafune lutho oluzowahlanganisa nemilingo nokusebenzelana nemimoya

Imigomo esisondeza kuJehova

Indlela yokusebenzisa isikhathi

Efe 5:16; Kol 4:5

Bheka nalo mBhalo Rom 12:11

Izikhonzi zikaNkulunkulu ezingomakad’ ebona zingasisiza kanjani senze izinqumo ezinhle?

Job 12:12; IzA 11:14; Heb 5:14

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • 1Kh 1:11-31, 51-53—UBhati-sheba ulalela iseluleko somprofethi uNathani, esisindisa yena nendodana yakhe uSolomoni

Kungani kungafanele sicele abanye ukuba basenzele izinqumo?

Kungani kungafanele sisibukele phansi iseluleko esivela kuNkulunkulu kodwa kufanele sisisebenzise?

Hu 18:20-25; 141:5; IzA 8:33

Bheka nalo mBhalo Luk 7:30

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 19:12-14, 24, 25—ULoti uzama ukuxwayisa abakhwenyana bakwakhe ngembubhiso ezayo kodwa abamnaki

    • 2Kh 17:5-17—Ama-Israyeli ayadingiswa ngenxa yokuthi alokhu esishaya indiva iseluleko sikaJehova

Kungani kufanele sibalalele onembeza bethu lapho senza izinqumo?

Singazuza kanjani ngokucabanga ngemiphumela ngaphambi kokwenza isinqumo?

Indlela izinqumo zethu ezibathinta ngayo abanye

Indlela izinqumo zethu ezilithinta ngayo ikusasa lethu

Indlela izinqumo zethu ezibuthinta ngayo ubungani bethu noJehova

Kungani kufanele sibhekane nemiphumela yezinqumo zethu?