Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UKholo

UKholo

Sazi kanjani ukuthi uJehova ubheka ukholo njengento ebaluleke kakhulu?

Joh 3:16, 18; Gal 3:8, 9, 11; Efe 6:16; Heb 11:6

Bheka nalo mBhalo 2Ko 5:7

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Heb 11:1–12:3—Umphostoli uPawulu uchaza ukuthi luyini ukholo aphinde abale izibonelo zabantu abaningi abanokholo, uqala ngo-Abela agcine ngoJesu Kristu

    • Jak 2:18-24—UJakobe ukhuluma ngesibonelo sika-Abrahama ukuze abonise ukuthi ukholo lwethu kufanele silubonise ngezenzo

Yini ezosisiza siqinise ukholo lwethu?

Rom 10:9, 10, 17; 1Ko 16:13; Jak 2:17

Bheka nalo mBhalo Heb 3:12-14

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 2Kr 20:1-6, 12, 13, 20-23—Lapho abantu bakaNkulunkulu behlaselwa, iNkosi uJehoshafati ibatshela ukuthi ukuze basinde kufanele babe nokholo kuJehova nakubaprofethi baKhe

    • 1Kh 18:41-46—Umprofethi u-Eliya ubonisa ukholo ngokulinda uJehova ngesineke ukuba afeze isithembiso saKhe sokuqeda isomiso esase sithathe isikhathi eside