Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UbuNgani Nezwe

UbuNgani Nezwe

Ubani obusa leli zwe eligcwele abantu abangamkhonzi uNkulunkulu?

Efe 2:2; 1Jo 5:19

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Luk 4:5-8—USathane uzama ukunika uJesu imibuso yezwe, uJesu akaphiki ukuthi uSathane unegunya kule mibuso

Buzobanjani ubungani bethu noJehova uma sizama ukuba abangani nezwe?

Jak 4:4; 1Jo 2:15, 16

Bheka nalo mBhalo Jak 1:27

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • 2Kr 18:1-3; 19:1, 2—Inkosi elungile uJehoshafati iyaxwayiswa ngoba izihlanganisa neNkosi u-Ahabi, uJehova athi ayilungile

Ukuqonda indlela uJehova abheka ngayo leli zwe kuyithinta kanjani indlela esikhetha ngayo abangani?

Bheka nesithi “AbaNgani

Kungani sikugwema ukucabanga njengezwe ezindabeni eziphathelene nemali?

Bheka nesithi “UkuThanda Imali

Kungani sikugwema ukucabanga njengezwe ezindabeni eziphathelene nezifiso zocansi?

Kungani amaKristu ekugwema ukudumisa amadoda, abesifazane nezinhlangano?

Mat 4:10; Rom 1:25; 1Ko 10:14

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • IzE 12:21-23—UJehova ubulala iNkosi uHerode Agripha I ngoba ikhonza izithombe

    • IsA 22:8, 9—Ingelosi enamandla iyenqaba lapho umphostoli uJohane eyikhothamela, ithi uJehova kuphela okufanele akhulekelwe

Kungani amaKristu engathathi hlangothi ezindabeni zepolitiki nezobuzwe?

Kungani amaKristu engazihlanganisi nezinye izinkolo?

Bheka nesithi “UkuXuba Izinkolo

Kungani amaKristu enamathela emithethweni kaJehova yokuziphatha?

Kungani leli zwe livame ukubazonda nokubashushisa abalandeli bakaKristu?

Kungani kuwubuwula ukuthanda kakhulu izinto zaleli zwe?

AmaKristu ababonisa kanjani uthando nomusa labo abangamkhonzi uJehova?

Kungani amaKristu ehlonipha imithetho yezwe, ababusi nezikhulu?

Mat 22:21; Rom 13:1-7

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza: