Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UBuhle

UBuhle

Yini ebonisa ukuthi uJehova muhle?

Hu 25:8; 31:19; 3Jo 11

Bheka nale miBhalo Jer 31:12, 13; Zak 9:16, 17

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Eks 33:17-20; 34:5-7—UJehova wenza umprofethi uMose abone umbono wobuhle baKhe, okumenza abone izimfanelo zikaJehova eziningi ezinhle

    • Mar 10:17, 18—UJesu wathi zonke izinto ezinhle zivela kuJehova, nokuthi nguYe kuphela ongasitshela ukuthi yini enhle

Kungani kufanele siyibonise kwabanye le mfanelo yobuhle?

IzA 12:2; Gal 6:10; 1Th 5:15

Bheka nale miBhalo Rom 15:2, 14; Efe 4:28

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Rom 5:7—Umphostoli uPawulu uthi ubuhle bubaluleke okudlula ukulunga, kodwa nakho ukulunga kuyimfanelo ebaluleke kakhulu