Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UMusa

UMusa

Yibuphi ubufakazi esibubonayo bokuthi uJehova unomusa?

Rom 3:23, 24; Tit 3:3-6; Heb 2:9; 1Pe 5:5

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Jon 3:10; 4:11—UJehova ubonisa abaseNineve abaphendukayo umusa ngokubathethelela, ubonisa uzwela ngisho nasezilwaneni zabo

    • Luk 6:32-36—UJesu usifundisa ukuba nomusa ngokusikhumbuza ukuthi uJehova ubabonisa umusa ngisho nalabo abangabongi nababi

Yiziphi ezinye zezindlela esingababonisa ngazo abanye umusa?

IzA 19:17; 22:9; Luk 6:35; Efe 4:32

Bheka nale miBhalo IzA 11:17; 31:10, 26; Heb 13:16

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Mar 14:3-9; Joh 12:3—UJesu uncoma uMariya, udadewabo kaLazaru, ngokuba nesandla esivulekile nomusa

    • 2Ti 1:16-18—U-Onesiforu ukhuthaza umphostoli uPawulu ngesikhathi esejele