Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UThando

UThando

UJehova ulubonise ngaziphi izindlela uthando?

Jer 31:3; Joh 3:16; Rom 5:8; 1Jo 4:8, 19

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 1:1, 26-31; 2:8, 9, 15, 16—UJehova ngothando ulungiselela umhlaba nekhaya eliyipharadesi i-Edene, unikeza abantu inqwaba yezipho

    • Hu 104:27-30—Umhubi udumisa uJehova ngoba unakekela yonke into ephilayo ngothando

Singalubonisa kanjani uthando?

Joh 13:34, 35; 15:12, 13; 1Pe 4:8; 1Jo 4:10, 11; 5:3

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Mat 22:36-39—UJesu uthi imiyalo emibili emikhulu kunayo yonke ukuthanda uNkulunkulu nokuthanda abanye abantu

    • 1Ko 13:1-8—Umphostoli uPawulu uthi uthando lubalulekile, uphinde asitshele izindlela esingabonisa ngazo uthando