Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuQamba Amanga

UkuQamba Amanga

UJehova uzizwa kanjani ngalabo abangazigcini izithembiso zabo?

Rom 1:31, 32

Bheka nale miBhalo Hu 15:4; Mat 5:37

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Eks 9:27, 28, 34, 35—UFaro uyavuma ukudedela ama-Israyeli ahambe, kodwa akasigcini isithembiso sakhe

    • Hez 17:11-15, 19, 20—UJehova ujezisa iNkosi uZedekiya ngoba ingasigcinanga isivumelwano esenze nenkosi yaseBhabhiloni

    • IzE 5:1-10—U-Ananiya noSafira baqamba amanga bathi bayilethe yonke imali ebandleni abayithole lapho bethengisa insimu

UJehova uzizwa kanjani ngabantu abanyundela abanye?

Hu 15:1-3; IzA 6:16-19; 16:28; Kol 3:9

Bheka nale miBhalo IzA 11:13; 1Ti 3:11

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 2Sa 16:1-4; 19:24-30—UMefibhosheti othembekile unyundelwa isikhonzi sakhe uZiba

    • IsA 12:9, 10—UDeveli noma uMnyundeli, uhlale emangalela izinceku zikaNkulunkulu