Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuKhula Ngokomoya

UkuKhula Ngokomoya

Kungani wonke umKristu kufanele asebenze kanzima ukuze akhule ngokomoya?

Ukwazi imiBhalo kungasisiza kanjani sikhule ngokomoya?

Umuntu omncane angakhula yini ngokomoya?

Job 32:9; 1Ti 4:12

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Dan 1:6-20—UDaniyeli nabangani bakhe abathathu baba qotho, bebonisa ukuthi bakhulile ngokomoya nakuba bebancane

    • IzE 16:1-5—Lapho eneminyaka ecishe ibe ngu-20 noma ngaphansi, uThimothewu unikezwa izabelo ezinkulu

Ukuzihlanganisa nabantu abakahle ebandleni kungaba nayiphi imiphumela?

Kubonakala ngani uma singamaKristu akhulile ngokomoya?

Kungani umuntu wesilisa osekhulile ngokomoya kufanele akulungele ukwamukela ezinye izabelo ebandleni?

Yini engasisiza sikhule ngokomoya futhi sikwazi ukushumayela nokufundisa kahle?

Luk 21:14, 15; 1Ko 2:6, 10-13

Bheka nalo mBhalo Luk 11:13

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Mat 10:19, 20—UJesu uthembisa abalandeli bakhe ukuthi umoya ongcwele uzobasiza bakwazi abazokusho ukuze banikeze ubufakazi lapho bequliswa amacala