Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UbuMnene

UbuMnene

Sazi kanjani ukuthi uJehova umnene?

Mat 11:28, 29; Joh 14:9

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 1Kh 19:12—UJehova ukhuluma nomprofethi u-Eliya ocindezelekile ‘ngezwi eliphansi elizolile’

    • Jon 3:10–4:11—Nakuba uJona ekhuluma noJehova ethukuthele, ngomusa uJehova ufundisa lo mprofethi isifundo esimayelana nesihe

Singabubonisa kanjani ubumnene?

IzA 15:1; Efe 4:1-3; Tit 3:2; Jak 3:13, 17; 1Pe 3:15

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Num 11:26-29—Umprofethi uMose uphendula uJoshuwa ngobumnene, lapho uJoshuwa efuna uMose avimbe abanye ababeprofetha

    • Hlu 8:1-3—UmaHluleli uGideyoni ngobumnene udambisa isimo esingase sibe nomphumela omubi