Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuCabangela

UkuCabangela

Kungani amaKristu kufanele acabangele abanye?

Flp 4:5; Tit 3:2; Jak 3:17

Bheka nalo mBhalo 1Ti 3:​2, 3

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 18:23-33—UJehova ubonisa isineke ngokuvumela u-Abrahama aqhubeke embuza ngokuphathelene nokubhubhisa iSodoma neGomora

    • Gen 19:16-22, 30—UJehova uyamcabangela uLoti, wamukela isicelo sakhe sokubalekela eZowari kunasezintabeni

    • Mat 15:21-28—UJesu ubonisa ukucabangela ngokuvuma isicelo sowesifazane ongumFenike ngoba ebonisa ukholo oluqinile