Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuziJabulisa

UkuziJabulisa

Kubi yini uma amaKristu ezijabulisa futhi ezipha isikhathi sokuphumula?

Shu 2:24; 3:12, 13; 4:6

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Mar 6:31, 32—Nakuba uJesu ematasa, utshela abafundi bakhe ukuba bathole indawo abangaphumula kuyo

Iziphi izimiso ezingasisiza singavumeli ukuzijabulisa kuphazamise izinto esizenzayo ezisisiza sisondelane noNkulunkulu?

Kungani kufanele sigweme ukuzijabulisa ngezinto eziveza ucansi?

Kungani kufanele sigweme ukuzijabulisa ngezinto ezibanga ulaka nezikhuthaza ukuncintisana?

Kungani kufanele sigweme ukuzijabulisa ngezinto ezinobudlova?

UmKristu ubona kanjani ukuthi imaphi amahlaya angafaneleki?

Kungani kufanele sicabangele indlela abanye abazizwa ngayo lapho senza izinqumo zokuzijabulisa?