Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

IMpi

IMpi

Kungani kufanele silindele ukuthi kuzoba nezimpi eziningi kulesi sikhathi esiphila kuso?

Mat 24:3, 4, 7, 8

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Dan 11:40—Umprofethi uDaniyeli ubikezela ukuthi kuzoba nokuhlaselana okungapheli phakathi kwezizwe ezimbili ezinamandla esikhathini sokuphela

    • IsA 6:1-4—Umphostoli uJohane ubona ihhashi elinombala obomvu, elimelela impi futhi umgibeli walo unikezwa igunya ‘lokususa ukuthula emhlabeni’

Yini uJehova azoyenza ngezimpi?

Kungani amaKristu engazigaxi ezimpini zezizwe?

Hlobo luni lwempi uJehova uNkulunkulu neNkosi yakhe eyiQhawe abazibandakanya kuyo?

Hlobo luni lwempi amaKristu eqiniso azibandakanya kuyo?

AmaKristu angakugwema kanjani ukugqugquzela impi, izingxabano nokuziphindiselela ebandleni?