Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi


Kungenzeka yini uphile phakade?

Kungenzeka yini uphile phakade?

Ubungathi . . .

  • yebo?

  • cha?

  • mhlawumbe?

OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“Abalungile bayodla ifa lomhlaba, bahlale kuwo kuze kube phakade.”​IHUBO 37:29.

LOKHO OKUNGASE KUKUSHO NGAWE

Ungaba nekusasa elihle nelinokuthula ukanye nomndeni wakho nabangane.​JEREMIYA 29:11.

Ungajabulela ukuphila, hhayi nje isikhathi esifushane kodwa phakade.​IHUBO 22:26.

SINGAZIKHOLELWA NGEMPELA YINI IZITHEMBISO EZISEBHAYIBHELINI?

Yebo! Ukuze ubone ukuthi kungani, hlola ubufakazi obukulezi zifundo ezintathu ezikule ncwajana. Zinezihloko ezithi: