Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MATHEWU 20-21

“Noma Ubani Ofuna Ukuba Mkhulu Phakathi Kwenu Kumelwe Abe Yisikhonzi Senu”

“Noma Ubani Ofuna Ukuba Mkhulu Phakathi Kwenu Kumelwe Abe Yisikhonzi Senu”

20:28

Ababhali nabaFarisi abaqhoshayo babekuthanda ukuqashelwa nokubingelelwa ezimakethe

Ababhali nabaFarisi abaqhoshayo babefisa ukuhlaba abanye umxhwele nokuvelela. (Math 23:5-7) UJesu wayehlukile. ‘INdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza.’ (Math 20:28) Ingabe sigxila ezingxenyeni zenkonzo ezingase zisenze siqashelwe noma sidunyiswe? NgokukaJesu, umuntu uba mkhulu lapho enzela abanye imisebenzi ethile. Imisebenzi enjalo ayibonwa abantu—ibonwa uJehova kuphela. (Math 6:1-4) Isikhonzi esithobekile . . . 

  • sihlanganyela ekuhlanzweni nasekunakekelweni kweHholo LoMbuso

  • sithatha isinyathelo sokusiza asebekhulile nabanye

  • sinikela ngezimali ukuze sisekele imisebenzi yoMbuso