Septhemba 11-17
ESTERI 3-5
Ingoma 85 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Siza Abanye Benze Konke Okusemandleni Abo”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Est 4:12-16—Siyilwela kanjani inkululeko yokukhonza uNkulunkulu njengo-Esteri noMoridekayi? (kr 160 ¶14)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Est 3:1-12 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: UMbuso—Mat 14:19, 20. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mtshele ngesifundo seBhayibheli bese umshiyela ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 16)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 12 isethulo namaphuzu 1-3 (th isifundo 15)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—U-Esteri Waba Nesibindi: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le ividiyo. Uma kungenzeka khetha izingane ezithile bese uzibuza lo mbuzo: Ungathanda ukusilingisa kanjani isibindi sika-Esteri?
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 57
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 125 Nomthandazo