Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Qapha Izindaba Ezingamanga

Qapha Izindaba Ezingamanga

Kungenzeka abantu babekukholelwa okwakushiwo u-Elifazi ngenxa yokuthi wayemdala futhi eyindoda ehlakaniphile (Job 4:1; it-1-E 1 713 ¶11)

Ethonywe amademoni, wadlulisela umyalezo odikibalisayo kuJobe (Job 4:14-16; w05 9/15 26 ¶2)

Ezinye zezinto u-Elifazi azisho zaziyiqiniso kodwa wayezisebenzisa kabi (Job 4:19; w10 2/15 19 ¶5-6)

Leli zwe likaSathane liyaqhubeka lisakaza izindaba ezingamanga.

ZIBUZE: Ngiyazinika yini isikhathi sokuhlolisisa ukuthi izindaba engizifundayo nengizizwayo ziyiqiniso?’—mrt 32 ¶13-17.