Okthoba 16-22
JOBE 6-7
Ingoma 33 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lapho Ukuphila Kungabekezeleleki”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 6:29—Yini engasisiza sikugweme ukwahlulela abafowethu? (w20.04 17 ¶10)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 6:1-21 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 7)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 11)
Inkulumo: (5 imiz.) w22.01 12-13 ¶15-18—Isihloko: Fundisa Ngendlela Ephumelelayo NjengoJakobe—Sebenzisa Imifanekiso Efundisa Kalula. (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UJehova Uyabasiza Labo Abadangele”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff ingxenye 4 ukubuyekeza
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 143 Nomthandazo