Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Uthando Oluqotho LukaNkulunkulu Luyasivikela Emangeni KaSathane

Uthando Oluqotho LukaNkulunkulu Luyasivikela Emangeni KaSathane

USathane ufuna abantu bakholelwe ukuthi nguJehova obangela izinto ezimbi ezenzekayo (Job 8:4)

Ufuna sicabange ukuthi uJehova akanandaba ukuthi thina sithembekile yini kuye noma cha (Job 9:20-22; w15 7/1 12 ¶3)

Uthando lukaJehova oluqotho lusisiza sigcine ubuqotho bethu singakhohliswa amanga kaSathane (Job 10:12; Hu 32:7, 10; w21.11 6 ¶14)

ZAMA LOKHU: Ukuze uqine phakathi nesilingo, qaphela izindlela uJehova abonisa ngazo uthando oluqotho, zibhale phansi bese uzihlola njalo.