Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ukushumayela Nokufundisa Emhlabeni Wonke

Ukushumayela Nokufundisa Emhlabeni Wonke

 EMHLABENI WONKE

  • INANI LAMAZWE 239

  • INANI LABAMEMEZELI 7 965 954

  • INGQIKITHI YAMAHORA ASENSIMINI 1 841 180 235

  • INANI LEZIFUNDO ZEBHAYIBHELI 9 254 963

KULE NGXENYE

I-Afrika

E-Afrika, abantu bamukela iqiniso leBhayibheli, futhi linethonya elinamandIa ekuphileni kwabo. Funda ngesidakwa esasibhema ogwayi abangu-60 ngosuku.

Amazwekazi AseMelika

Okuhlangenwe nakho okulandelayo kubonisa ukuthi ukusiza abantu ngezindlela ezingokoqobo nokuxoxa nabo ngeqiniso leBhayibheli naphezu kokuphikiswa kungaba nemiphumela emihle.

E-Asia NaseMpumalanga Ephakathi

Ukuphikelela emsebenzini wokushumayela kunomvuzo. Funda ngomzamo owenziwa ukuze kusizwe indoda eyimpumputhe, eyisithulu neyisimungulu ukuba iqonde ukuthi uNkulunkulu uyayikhathalela.

EYurophu

Ukucwaswa kubangelwa ukungabi nolwazi oluyiqiniso. Funda indlela uhlelo lomsakazo olwaqeda ngayo ukucwaswa koFakazi BakaJehova.

E-Oceania

Ukubhala izincwadi enye yezindlela yokusakaza iqiniso leBhayibheli eChristchurch, eNew Zealand. Kungani abanye bebiza lezi zincwadi ngokuthi “Izincwadi ezivela kuNkulunkulu?”