Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

IMIBIKO EVELELE YONYAKA ODLULE

Inqubekela Phambili Esheshayo EWarwick

Inqubekela Phambili Esheshayo EWarwick

KUNELIKHULU isasasa nomsebenzi omningi lapho kwakhiwa khona indlunkulu yomhlaba wonke yoFakazi BakaJehova eWarwick, eNew York. Abafowethu nodade abaningi bazidele ngezindlela eziningi ukuze basebenze kulesi sakhiwo. Noma kunjalo, abaningi bathi, “Akukho okunye esingathanda ukukwenza ngaphandle kwalokhu.” Ake sibone ukuthi kwenzekani eWarwick.