Dlulela kokuphakathi

S’noMama NoJehova

S’noMama NoJehova

Bona ukuthi uChung-Hee ubonisa kanjani ukuthi uyamthanda futhi uyamazisa umama wakhe.

Bazali, fundani futhi nixoxe ngeyesi-2 Thimothewu 1:5 nezingane zenu.

Dawuniloda futhi uprinte lo msebenzi.

Omama basebenza kanzima benakekela izingane zabo futhi bezifundisa ukuthanda uJehova. Bukani ividiyo ethi S’noMama NoJehova bese nixoxa ngemibuzo esekhasini 1. Yibe usuzicela izingane zidwebe isithombe esibonisa lokho ezihlela ukukwenza ukuze zibonise ukuthi ziyakwazisa konke ezenzelwa kona.

Okunye Ongase Ukuthande

IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI

Izindlela Zokufundisa Izingane

Thola izindlela ezimnandi zokufundisa izingane zakho izindinganiso zeBhayibheli.