Dlulela kokuphakathi

Izimfanelo ZikaJehova

Izimfanelo ZikaJehova

Yiziphi izimfanelo ezine zikaJehova ezibonakala endalweni?

Bazali, fundani isAmbulo 4:11 bese nixoxa nezingane zenu.

Dawuniloda futhi uprinte lo msebenzi.

Ngemva kokubuka le vidiyo, siza izingane zakho zifunde ngezimfanelo ezine zikaJehova ezisemqoka. Sika ibhubesi, ukhozi, inkunzi nendoda okusekhasini 1. Bese ukuqondanisa nezikhala ezisekhasini 2 zendawo evela kuvidiyo, ukunamathisele ezikhaleni. Xoxani ngokuthi ngakunye kuyimelela kanjani imfanelo kaJehova esemqoka. Ukuze nithole okwengeziwe, fundani isahluko 4 sencwadi ethi Indlela Emsulwa Yokukhonza UJehova—Iyabuyiselwa Ekugcineni!

Okunye Ongase Ukuthande

IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI

Izindlela Zokufundisa Izingane

Thola izindlela ezimnandi zokufundisa izingane zakho izindinganiso zeBhayibheli.