Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Chile

Ave Concha y Toro 3456

PUENTE ALTO

CHILE

+56 2-2428-2600

+56 2-2428-2609 (Fax)

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-9:00 ekuseni, ngo-10:30 ekuseni, ngo-1:30 ntambama, ngo-3:00 ntambama

Kuthatha ihora

Okuvelele

Kuqondiswa umsebenzi woFakazi BakaJehova wokufundisa ngeBhayibheli eChile. Kuthuthwa izincwadi ziyiswe emabandleni angaphezu kuka-800.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.