Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Italy

Congregazione Cristiana Dei Testimoni di Geova

Via della Bufalotta 1281

I-00138 ROME RM

ITALY

+39 06-872941

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-10:30 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-3:30 ntambama

Kuthatha ihora

Okuvelele

Kuhunyushwa izincwadi zeBhayibheli ngesiNtaliyane nangoLimi Lwezandla Lwase-Italy. Kuqoshwa izinto ezilalelwayo nama-video. Kuqondiswa umsebenzi wamabandla namaqembu angaphezu kuka­-3 000 eNtaliyane nakwamanye amazwe.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.