Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Japan

Watch Tower Bible and Tract Society

4-7-1 Nakashinden

EBINA CITY

KANAGAWA-PREF

243-0496

JAPAN

+81 46-233-0005

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha amahora amabili

Okuvelele

Kunyatheliswa amaBhayibheli, izincwadi nezincwajana eziyizigidi ezingu-15 nomagazini abangaphezu kwezigidi ezingu-100 unyaka ngamunye. Kuthuthwa izincwadi nomagazini abangamathani angu-5 700 unyaka ngamunye ngezilimi ezingu-150.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.