PHAPHAMA! Novemba 2007

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Kufanele Ulethembe Noma Cha?

Cabangela ubufakazi obuqand’ ikhanda bokuthi iBhayibheli likufanele ukwethenjwa.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Incwadi Eyingqayizivele

Funda ngamanye amaqiniso eBhayibheli nalokho okulenza libe yingqayizivele.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

1. Ukunemba Kwalo Ezindabeni Zomlando

Ingabe ukunemba kweBhayibheli kuyabonakala ngisho nasemininingwaneni ebonakala ingasho lutho?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

2. Ubuqotho Nokwethembeka Kwalo

IBhayibheli linikeza ubufakazi obanele bokuthi labhalwa abalobi abathembekile.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

3. Ukuvumelana Kwalo

Kwakungenzeka kanjani ukuba amadoda angu-40 anezizinda ezingefani abhale incwadi enesihloko esisodwa?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

4. Ukunemba Kwalo Kwezesayensi

IBhayibheli aliyona incwadi yesayensi, kodwa ingabe linembile ngokwesayensi?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

5. Iziprofetho Ezagcwaliseka

IBhayibheli ligcwele izibikezelo noma iziprofetho. Ingabe sikhona kuzo esagcwaliseka?