INQABAYOKULINDA Novemba 2010

IZINDLELA ZOKWENZA UMNDENI UJABULE

Khuluma Nezingane Zakho Ngezocansi

Kubalulekile ukuba abazali bakhulume nezingane zabo ngezocansi. Thola ukuthi ungaxoxa kanjani ngale ndaba engase ibangele amahloni.

Ingabe UNkulunkulu Uyoyizwa Futhi Ayiphendule Imithandazo Yethu?

IBhayibheli libonisa ukuthi uJehova uyayilalela imithandazo namuhla. Ukuthi uyayizwa yini eyethu noma cha kuxhomeke kakhulu kithi.