PHAPHAMA! Mashi 2011

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ungayithuthukisa Impilo Yakho

Abantu abaningi bayehluleka ukubona ukuhlobana phakathi kwemikhuba yabo yokuphila nempilo yabo. Funda ngezinyathelo ezinhlanu eziyisisekelo zokuvikela nokuthuthukisa impilo yakho.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Isinyathelo 1—Yidla Ngokuhlakanipha

Ungayithuthukisa impilo yakho ngokudla ukudla okunomsoco.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Isinyathelo 3—Vivinya Umzimba

Ukuvivinya umzimba kuyinzuzo kubantu babo bonke ubudala futhi akudingeki umuntu aze abe yilungu lasendaweni yokuzivocavoca.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Isinyathelo 4—Vikela Impilo Yakho

Izinyathelo ezilula zokuzivikela zingakusiza ugweme izinkinga eziningi zokugula nosizi, kuhlanganise nokulahlekelwa yisikhathi nemali.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Isinyathelo 5—Zikhuthaze Wena Nomkhaya Wakho

Ukufunda ukwaziswa okuyisisekelo ngezempilo kungakusiza kukushukumisele ekwenzeni izinguquko ezidingekayo ukuze wena nomkhaya wakho nibe nempilo engcono.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Thatha Izinyathelo Zokuthuthukisa Impilo Yakho

Bona ukuthi ungazuza kanjani esibonelweni sokuzikhandla komunye umkhaya ekuthuthukiseni impilo yawo.

INcwadi Ongayethemba—Ingxenye5

Funda ngokuthi iGrisi yaba kanjani umbuso wezwe wesihlanu emlandweni weBhayibheli.