INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Septhemba 2012

Lo magazini udingida iziprofetho zeBhayibheli ezisithintayo namuhla nokuthi singafunda kanjani ezimfanelweni zikaJehova noJesu.

Indlela Leli Zwe Eliyophela Ngayo

IBhayibheli likhuluma ngezenzakalo eziphawulekayo eziyishumi ezizokwenzeka maduze. Ziyini? Ziyokuthinta kanjani wena?

Indlela Leli Zwe Eliyophela Ngayo

IBhayibheli likhuluma ngezenzakalo eziphawulekayo eziyishumi ezizokwenzeka maduze. Ziyini? Ziyokuthinta kanjani wena?

Izikole Ezingokwasezulwini—Ubufakazi Bothando LukaJehova

Ngamunye wethu angazuza kanjani emfundweni yaphezulu?

Funda Ekubekezeleni KukaJehova NoJesu

UJehova noJesu babonisa kanjani ukuthi bayabekezela? Singenzani ukuze silingise ukubekezela kwabo?

“Anilwazi Usuku Noma Ihora”

Wayesho ukuthini uJesu ngala mazwi? Kufanele asithinte kanjani?

UJehova Ubutha Abantu Bakhe Abajabulayo

Imikhosi eseBhayibhelini ifana kanjani nemihlangano emikhulu yoFakazi BakaJehova? Kungani kusisiza ukuba khona kuyo?