INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Januwari 2013

Lo magazini uxoxa ngabantu okukhulunywa ngabo eBhayibhelini ababonisa ukholo nesibindi.

Bazinikela Ngokuzithandela—ENorway

Umbuzo ongalindelekile wawushukumisela kanjani umndeni ukuba uthuthele endaweni enesidingo esikhulu sabamemezeli?

Yiba Nesibindi—UJehova Unawe!

Ungazuza esibonelweni sikaJoshuwa, uJehoyada, uDaniyeli nesabanye ababonisa ukholo nesibindi.

Ungavumeli Lutho Lukudedisele Kude NoJehova

Hlola ukuthi singazenza kanjani izinqumo ezinhle ngokuphathelene nomsebenzi, ezokuzijabulisa nomndeni.

Qhubeka Usondela KuJehova

Ungasondela kanjani kuJehova ngokugcina izinto zobuchwepheshe, impilo, imali nokuqhosha kusendaweni yako efanele?

Ukukhonza Ngaphandle Kokuzisola

Phakathi nokuphila kwakhe, umphostoli uPawulu wenza amaphutha amabi futhi wenza nezinqumo ezihlakaniphile. Yini esingayifunda esibonelweni sakhe?

Abadala AbangamaKristu—‘Izisebenzi Ezikanye Nathi Ukuze Sijabule’

Abadala babasiza kanjani abazalwane nodade ukuba bajabule enkonzweni kaNkulunkulu?

Umkhankaso Ohlelwe Kahle Uthela Izithelo

Funda ngendlela intombazane eneminyaka eyishumi eyasebenza kanzima ngayo ukuze imeme bonke abakhuluma isiMapudungun esikoleni efunda kuso ukuba beze esenzakalweni esikhethekile.